Soa Mattrix

Home

-

Soa Mattrix

Image

Soa Mattrix

165

Share on:

           

Soa Mattrix - Iphutha feat. Sir Trill lyrics

UTrill umshini
Uweh
Sir Trill umshini
Awu bathi ngimningi
Bathi uTrill umshini
Bafana uweh
Bathi uTrill um (Ayi)

Ayi bebengazi
Bebengazi benza iphutha (Bebengazi benza iphutha)
Awu bebengazi (Awu bebengazi)
(Awu bebengazi benza iphutha) Ayi bebengazi benza iphutha

Kahle kahle uSir Trill ujongile
ISpoko, iGhost umshini
Asambe bade lam siye empini
Kush' ilog drum nepiki
Bathi vele NgiwuSpikiri
Ngibuyise iKwaito ayijiki
Bathi vele NgiwuSpikiri
(Ngibuyise iKwaito ayijiki)

Bathi ayeye Sir Trill ayeye
Bathi shift'a kungene iankeli
Bathi shisa UK'dlula ikhankeli
Vele nina anis'vatel'i

Bathi ayeye Sir Trill ayeye
Bathi shift'a kungene iankeli
Bathi shisa UK'dlula ikhankeli
Vele nina anis'vatel'i

Ayi bebengazi
Bebengazi benza iphutha
Awu bebengazi
Awu bebengazi benza iphutha

Ayi bebengazi
Bebengazi benza iphutha
Awu bebengazi
Awu bebengazi benza iphutha

Bathi manje amaDJ ayang'vutha
Ngena seli vuka al'khuzwa
Ngapha amacamera ayang'shoot'a
Nangu ucheri wakho uyang'funa
Khuza, Khuza
Ayi, Khipha utywala siphuze

Manje amaDJ ayang'vutha
Ngena seli vuka al'khuzwa
Ngapha amacamera ayang'shoot'a
Nangu ucheri wakho uyang'funa
Khuza, Khuza
Ayi, Khipha utywala siphuze

Bebengazi
Awu bebengazi

Ayi bebengazi
Bebengazi benza iphutha
Awu bebengazi
Awu bebengazi benza iphutha, Ayi

Ayi bebengazi
Bebengazi benza iphutha
Awu bebengazi
Awu bebengazi benza iphutha, Ayi

Ayi bebengazi
(Awu bebengazi)
Ayi, Awu bebengazi benza iphutha (Ayi, Ayi)

Awu bebengazi
Awu bebengazi

Manje amaDJ ayang'vutha
Ngena seli vuka al'khuzwa
Ngapha amacamera ayang'shoot'a
Nangu ucheri wakho uyang'funa
Khuza, Khuza
Ayi, Khipha utywala siphuze

Manje amaDJ ayang'vutha
Ngena seli vuka al'khuzwa
Ngapha amacamera ayang'shoot'a
Nangu ucheri wakho uyang'funa
Khuza, Khuza
Ayi, Khipha utywala siphuze

Video



Ads


Ads

LetrasMz

We are the best Mozambican website song lyrics site since 2014.

Mozambique, Maputo

info@letrasmz.com

letras.de.musicas.mz@gmail.com

© LetrasMz. All Rights Reserved.