Soa Mattrix

Home

-

Soa Mattrix

Image

Soa Mattrix

205

Share on:

           

Soa Mattrix - Mina Nawe feat. Mashudu, Happy Jazzman, Emotionz DJ lyrics

Tadi tadi ta
Tadadita tadita
Tadita dita
Kukho konke esidlule kukho
Izivunguvungu zavela
Kodwa uthando lwabekezela
Aluzange lawela wela
Sohlezi sisonke, sohlezi sisonke
Mina nawe sadalelana
Sohlezi sisonke, sohlezi sisonke
Mina nawe sadalelana

Maye, maye
Hayi uthando lunje (hayi uthando lunje)
Maye, maye
Hayi uthando lunje (hayi uthando lunje)
Woza kumina ng'vele ngik'thule umthwalo
Phela mina ngubambo lwakho
Ngoba ukhethe mina umhlaba ngowakho
Nakho konke enginakho ngokwakho
Hayi wuthathe

Mina nawe sadalelana
Mina nawe sadalelana
Kukho konke esidlule kukho
Izivunguvungu zavela
Kodwa uthando lwabekezela
Aluzange lawela wela
Sohlezi sisonke, sohlezi sisonke
Mina nawe sadalelana
Sohlezi sisonke, sohlezi sisonke
Mina nawe sadalelana

Maye, maye
Hayi uthando lunje (hayi uthando lunje)
Maye, maye
Hayi uthando lunje (hayi uthando lunje)
Sohlezi sisonke, sohlezi sisonke
Mina nawe sadalelana
Sohlezi sisonke, sohlezi sisonke
Mina nawe sadalelana

Video



Ads


Ads

LetrasMz

We are the best Mozambican website song lyrics site since 2014.

Mozambique, Maputo

info@letrasmz.com

letras.de.musicas.mz@gmail.com

© LetrasMz. All Rights Reserved.