Aymos - Amandla feat. Jessica LM lyrics
[Verso 1: Aymos]
Ngifisa ngabe bengi nalo
Kube beli khona
Eliny'ithuba lokuba nawe okok'gcina
Ngoba awusi valelisanga
Umuzohamba
Awulayelanga
Besingalindelanga
Ngifisa noma usuku nomzuzwana nje
Sibe munye futhi
[Coro: Aymos & Aymos & Jessica LM]
Ukube besinawo amandla
Oku vusa abalele
Kungaphila abaningi
Nom'usuku olodwa
Nesi bathandayo
Sibe munye futhi
Ukube besinawo amandla
Oku vusa abalele
Kungaphila abaningi
Nom'usuku olodwa
Nesi bathandayo
Sibe munye futhi
[Verso: Jessica LM]
Ngiyalu khumbula
Uncumo Iwakho
Nephimbo lakho oh
Ngiyafisa ngabe benginawo amandla
Okuvusa abalele
Kubengaqala ngawe, ngawe
[Coro: Aymos & Jessica LM]
Ukube besinawo amandla
Oku vusa abalele
Kungaphila abaningi
Nom'usuku olodwa
Nesi bathandayo
Sibe munye futhi
[Outro: Aymos & Jessica LM]
Usekhona nami
Ng 'fun'uhlalе waz'ukuthi ng'yak'khumbula
Ndawo yakho isekhona enhlizweni
Ingunaphakadе, ingunaphakade
Usekhona nami
Ng'fun 'uhlale waz'ukuthi ng'yak'khumbula
Ndawo yakho isekhona enhlizweni
Ingunaphakade, ingunaphakade
Video
Publicidade
Last lyrics
- Dean Lewis - Iris
- Dean Lewis - Hurt So Bad
- Dean Lewis - Seconds Before The Sunrise
- Tyla - DISCO
- Tyla - SHE DID IT AGAIN feat. Zara Larsson
- Young Miko - WASSUP
- Young Miko - En el Ritz
- Young Miko - What’s Ur Vibe?
- Young Miko - El intro
- Young Miko - Sweats like this feat. GAP
- Calema - Chuva De Amor
- Diamond Platnumz - Happy
- Valter Artistico - Gestora
- Bea - Rich
- Bea - Can't Help Falling Out Of Love
- Jennifer Lopez - Save Me Tonight feat. David Guetta
- PinkPantheress - Girl Like Me
- BELLA KAY - promise
- BELLA KAY - lucky lady
- BELLA KAY - wonder wander
- BELLA KAY - Steady
- BELLA KAY - iloveitiloveitiloveit
- Sam Fender - Empty Spaces
- Sam Fender - The Treadmill
- Sam Fender - Tyrants
- Sam Fender - Me and the Dog
- Sam Fender - Fortuna’s Wheel
- Sam Fender - Talk to You feat. Elton John
- Sam Fender - I’m Always on Stage
- Sam Fender - Remember My Name
- Sam Fender - Something Heavy
- Sam Fender - TV Dinner
EN
PT